SlideShare una empresa de Scribd logo
1 de 9
UKUHLUZWA
KWEZINKONDLO
ISAKHIWO SENKONDLO
IYINI INKONDLO?
Inkondlo ilapho khona imbongi
isuke yethula imizwa ngemicabanga
yayo noma ngalokho ekubona
kwenzeka ezweni.
Imbonga kungenzeka income
okuthile ekubona kwenzeka ezweni.
OLUNYWE ULWAZI NGENKONDLO
 Inkondlo umbhalo ohlukile kulowo oyiphrozi
ngoba ubhalwa ngezigaba.
 Ulimi lwenkondlo lujulile.
 Ulimi lwenkondlo aluqondisi.
 Ulimi lwenkondlo lunothe ngezimo zokukhuluma.
 Inkondlo ihlelwa ngezigaba Kanye nemigqa.
IZINHLOBO ZEZINKONDLO
 Ilirikhi.
 Inkondlo elandayo.
 I-eleji.
 Isonethi.
 Isathaya.
INDIKIMBA YENKONDLO
 Lokhu kusho umqondo jikelele wenkondlo otholakala ngokuba uyifundisise yonke
inkondlo bese usala nombuzo othi ngabe ikhuluma ngani le nkondlo ngegama
elilodwa noma ngebinzana nje lamagama elifishane.
 Impendulo yalowo mbuzo yalowo mbuzo iyona indikimba yenkondlo,isibonelo
:Imfundo, ingculazi,ukufa, ubugebengu njalonjalo.
 Isibonelo senkondlo senkondlo ethi :KWAKUNGELULA.
 Kule nkondlo kukhulunywa ngendikimba ingculazi.
UMLAYEZO WENKONDLO
 Lokhu kusho inhloso yembongi ngokubhala inkondlo yayo.
 Nayo itholakala ngokuba uyifundisise yonke inkondlo bese uzibuza umbuzo
othi:Yini ngomusho owodwa ophelele imbongi ehlose noma eyayihlose
ukuyidlulisa emphakathini ngale nkondlo.
 Isibonelo senkondlo senkondlo ethi :KWAKUNGELULA
 Imbongi ihlose ukusimisa isibindi ngokuthi akusikho ukuphela komhlaba uma
unegciwane lesandulela ngculaza.Ungaphinda usho ukthi ungaphila nje impilo
enhle uma ekutholile ukwelulekwa, khona kuqali kwakwethusa kodwa
ngokwelulekwa odokotela ugcine usumukele isimo.
ISAKHIWO SENKONDLO
 Inkondlo inezakhiwo ezimbili:
 Isakhiwo sangaphandle kanye nesangaphakathi.
ISAKHIWO SANGAPHANDLE SENKONDLO
 Uma sikhuluma ngengaphandle le nkondlo sisuke sinqondise kulezo zimpawu
ezigqamile zenkondlo, ezibonakalayo zicace bha ngaphandle kokuba uze uyifunde
inkondlo.
 Ingaphandle lenkondlo liqukethe : izitanza,imigqa,imvumelwano Kanye nesigqi.
NAZI IZIMPAWU EZIGQAMILE
ZENKONDLO
 Izindimana/izitanza : Lapha sibheka inani lezindima Kanye nemigqa eyakha indima
ngayinye.
 Sibheka ubude nobufushane bezitanza.
 Uma uchaza le ngxenye yenkondlo kubalulekile ukuthi ubheke isitanza ngasinye.
 Isibonelo senkondlo esihloko esithi : KWAKUNGELULA.
 Le nkondlo inezitanza ezinde.Isitanza sokuqala sinemigqa

Más contenido relacionado

La actualidad más candente

La actualidad más candente (20)

Izinguquko zemisindo uma silwangisa, singwaqazisa nalapho sinkankazisa
Izinguquko zemisindo uma silwangisa, singwaqazisa nalapho sinkankazisaIzinguquko zemisindo uma silwangisa, singwaqazisa nalapho sinkankazisa
Izinguquko zemisindo uma silwangisa, singwaqazisa nalapho sinkankazisa
 
Izinkondlo (Isakhiwo)
Izinkondlo (Isakhiwo)Izinkondlo (Isakhiwo)
Izinkondlo (Isakhiwo)
 
Izinkondlo
IzinkondloIzinkondlo
Izinkondlo
 
Izindlela zesenzo (2)
Izindlela zesenzo (2)Izindlela zesenzo (2)
Izindlela zesenzo (2)
 
Izindlela zesenzo (2)
Izindlela zesenzo (2)Izindlela zesenzo (2)
Izindlela zesenzo (2)
 
Isizulu ulimi lwasekhaya
Isizulu ulimi lwasekhayaIsizulu ulimi lwasekhaya
Isizulu ulimi lwasekhaya
 
Ukulumbana konkamisa(1)
Ukulumbana konkamisa(1)Ukulumbana konkamisa(1)
Ukulumbana konkamisa(1)
 
Ukufingqa
UkufingqaUkufingqa
Ukufingqa
 
Imifanekisomqondo
ImifanekisomqondoImifanekisomqondo
Imifanekisomqondo
 
Ubuciko bomlomo asandah
Ubuciko bomlomo asandahUbuciko bomlomo asandah
Ubuciko bomlomo asandah
 
FET Phase IsiZulu Language Caps Doc.
FET Phase IsiZulu Language Caps Doc.FET Phase IsiZulu Language Caps Doc.
FET Phase IsiZulu Language Caps Doc.
 
Ukulumbana konkamisa 2
Ukulumbana konkamisa 2Ukulumbana konkamisa 2
Ukulumbana konkamisa 2
 
Izibongo zamakhosi zithathwa_njengencwadi_yomlomo_yomlando_wamakhosi_kanye_no...
Izibongo zamakhosi zithathwa_njengencwadi_yomlomo_yomlando_wamakhosi_kanye_no...Izibongo zamakhosi zithathwa_njengencwadi_yomlomo_yomlando_wamakhosi_kanye_no...
Izibongo zamakhosi zithathwa_njengencwadi_yomlomo_yomlando_wamakhosi_kanye_no...
 
Izinhlobo zezinganekwane
Izinhlobo zezinganekwaneIzinhlobo zezinganekwane
Izinhlobo zezinganekwane
 
Imikhakha
ImikhakhaImikhakha
Imikhakha
 
ubuciko komlomo
ubuciko komlomoubuciko komlomo
ubuciko komlomo
 
ukwakheka kolimi
ukwakheka kolimiukwakheka kolimi
ukwakheka kolimi
 
Ukuvezwa kwabalingiswa
Ukuvezwa kwabalingiswaUkuvezwa kwabalingiswa
Ukuvezwa kwabalingiswa
 
409581744-MTSHALI-BONGUMENZI.pdf
409581744-MTSHALI-BONGUMENZI.pdf409581744-MTSHALI-BONGUMENZI.pdf
409581744-MTSHALI-BONGUMENZI.pdf
 
Izinkondlo zika bw vilakazi
Izinkondlo zika bw vilakaziIzinkondlo zika bw vilakazi
Izinkondlo zika bw vilakazi
 

Último

TUYỂN TẬP 20 ĐỀ THI KHẢO SÁT HỌC SINH GIỎI MÔN TIẾNG ANH LỚP 6 NĂM 2020 (CÓ Đ...
TUYỂN TẬP 20 ĐỀ THI KHẢO SÁT HỌC SINH GIỎI MÔN TIẾNG ANH LỚP 6 NĂM 2020 (CÓ Đ...TUYỂN TẬP 20 ĐỀ THI KHẢO SÁT HỌC SINH GIỎI MÔN TIẾNG ANH LỚP 6 NĂM 2020 (CÓ Đ...
TUYỂN TẬP 20 ĐỀ THI KHẢO SÁT HỌC SINH GIỎI MÔN TIẾNG ANH LỚP 6 NĂM 2020 (CÓ Đ...Nguyen Thanh Tu Collection
 
30 ĐỀ PHÁT TRIỂN THEO CẤU TRÚC ĐỀ MINH HỌA BGD NGÀY 22-3-2024 KỲ THI TỐT NGHI...
30 ĐỀ PHÁT TRIỂN THEO CẤU TRÚC ĐỀ MINH HỌA BGD NGÀY 22-3-2024 KỲ THI TỐT NGHI...30 ĐỀ PHÁT TRIỂN THEO CẤU TRÚC ĐỀ MINH HỌA BGD NGÀY 22-3-2024 KỲ THI TỐT NGHI...
30 ĐỀ PHÁT TRIỂN THEO CẤU TRÚC ĐỀ MINH HỌA BGD NGÀY 22-3-2024 KỲ THI TỐT NGHI...Nguyen Thanh Tu Collection
 
TUYỂN TẬP 25 ĐỀ THI HỌC SINH GIỎI MÔN TIẾNG ANH LỚP 6 NĂM 2023 CÓ ĐÁP ÁN (SƯU...
TUYỂN TẬP 25 ĐỀ THI HỌC SINH GIỎI MÔN TIẾNG ANH LỚP 6 NĂM 2023 CÓ ĐÁP ÁN (SƯU...TUYỂN TẬP 25 ĐỀ THI HỌC SINH GIỎI MÔN TIẾNG ANH LỚP 6 NĂM 2023 CÓ ĐÁP ÁN (SƯU...
TUYỂN TẬP 25 ĐỀ THI HỌC SINH GIỎI MÔN TIẾNG ANH LỚP 6 NĂM 2023 CÓ ĐÁP ÁN (SƯU...Nguyen Thanh Tu Collection
 
French Revolution (फ्रेंच राज्यक्रांती)
French Revolution  (फ्रेंच राज्यक्रांती)French Revolution  (फ्रेंच राज्यक्रांती)
French Revolution (फ्रेंच राज्यक्रांती)Shankar Aware
 
أَسَانِيدُ كُتُبِ وَأُصُولِ النَّشْرِ لِابْنِ الْجَزَرِيِّ وَالْوَصْلُ بِهَا....
أَسَانِيدُ كُتُبِ وَأُصُولِ النَّشْرِ لِابْنِ الْجَزَرِيِّ وَالْوَصْلُ بِهَا....أَسَانِيدُ كُتُبِ وَأُصُولِ النَّشْرِ لِابْنِ الْجَزَرِيِّ وَالْوَصْلُ بِهَا....
أَسَانِيدُ كُتُبِ وَأُصُولِ النَّشْرِ لِابْنِ الْجَزَرِيِّ وَالْوَصْلُ بِهَا....سمير بسيوني
 
، ژیانا ئینگلیزا ب کوردی ، ئینگلیزەکان ، راپورتی کوردی ، راپورتا مێژوی ، ژ...
، ژیانا ئینگلیزا ب کوردی ، ئینگلیزەکان ، راپورتی کوردی ،    راپورتا مێژوی ، ژ...، ژیانا ئینگلیزا ب کوردی ، ئینگلیزەکان ، راپورتی کوردی ،    راپورتا مێژوی ، ژ...
، ژیانا ئینگلیزا ب کوردی ، ئینگلیزەکان ، راپورتی کوردی ، راپورتا مێژوی ، ژ...Idrees.Hishyar
 

Último (6)

TUYỂN TẬP 20 ĐỀ THI KHẢO SÁT HỌC SINH GIỎI MÔN TIẾNG ANH LỚP 6 NĂM 2020 (CÓ Đ...
TUYỂN TẬP 20 ĐỀ THI KHẢO SÁT HỌC SINH GIỎI MÔN TIẾNG ANH LỚP 6 NĂM 2020 (CÓ Đ...TUYỂN TẬP 20 ĐỀ THI KHẢO SÁT HỌC SINH GIỎI MÔN TIẾNG ANH LỚP 6 NĂM 2020 (CÓ Đ...
TUYỂN TẬP 20 ĐỀ THI KHẢO SÁT HỌC SINH GIỎI MÔN TIẾNG ANH LỚP 6 NĂM 2020 (CÓ Đ...
 
30 ĐỀ PHÁT TRIỂN THEO CẤU TRÚC ĐỀ MINH HỌA BGD NGÀY 22-3-2024 KỲ THI TỐT NGHI...
30 ĐỀ PHÁT TRIỂN THEO CẤU TRÚC ĐỀ MINH HỌA BGD NGÀY 22-3-2024 KỲ THI TỐT NGHI...30 ĐỀ PHÁT TRIỂN THEO CẤU TRÚC ĐỀ MINH HỌA BGD NGÀY 22-3-2024 KỲ THI TỐT NGHI...
30 ĐỀ PHÁT TRIỂN THEO CẤU TRÚC ĐỀ MINH HỌA BGD NGÀY 22-3-2024 KỲ THI TỐT NGHI...
 
TUYỂN TẬP 25 ĐỀ THI HỌC SINH GIỎI MÔN TIẾNG ANH LỚP 6 NĂM 2023 CÓ ĐÁP ÁN (SƯU...
TUYỂN TẬP 25 ĐỀ THI HỌC SINH GIỎI MÔN TIẾNG ANH LỚP 6 NĂM 2023 CÓ ĐÁP ÁN (SƯU...TUYỂN TẬP 25 ĐỀ THI HỌC SINH GIỎI MÔN TIẾNG ANH LỚP 6 NĂM 2023 CÓ ĐÁP ÁN (SƯU...
TUYỂN TẬP 25 ĐỀ THI HỌC SINH GIỎI MÔN TIẾNG ANH LỚP 6 NĂM 2023 CÓ ĐÁP ÁN (SƯU...
 
French Revolution (फ्रेंच राज्यक्रांती)
French Revolution  (फ्रेंच राज्यक्रांती)French Revolution  (फ्रेंच राज्यक्रांती)
French Revolution (फ्रेंच राज्यक्रांती)
 
أَسَانِيدُ كُتُبِ وَأُصُولِ النَّشْرِ لِابْنِ الْجَزَرِيِّ وَالْوَصْلُ بِهَا....
أَسَانِيدُ كُتُبِ وَأُصُولِ النَّشْرِ لِابْنِ الْجَزَرِيِّ وَالْوَصْلُ بِهَا....أَسَانِيدُ كُتُبِ وَأُصُولِ النَّشْرِ لِابْنِ الْجَزَرِيِّ وَالْوَصْلُ بِهَا....
أَسَانِيدُ كُتُبِ وَأُصُولِ النَّشْرِ لِابْنِ الْجَزَرِيِّ وَالْوَصْلُ بِهَا....
 
، ژیانا ئینگلیزا ب کوردی ، ئینگلیزەکان ، راپورتی کوردی ، راپورتا مێژوی ، ژ...
، ژیانا ئینگلیزا ب کوردی ، ئینگلیزەکان ، راپورتی کوردی ،    راپورتا مێژوی ، ژ...، ژیانا ئینگلیزا ب کوردی ، ئینگلیزەکان ، راپورتی کوردی ،    راپورتا مێژوی ، ژ...
، ژیانا ئینگلیزا ب کوردی ، ئینگلیزەکان ، راپورتی کوردی ، راپورتا مێژوی ، ژ...
 

Ukuhluzwa kwezinkondlo

  • 2. IYINI INKONDLO? Inkondlo ilapho khona imbongi isuke yethula imizwa ngemicabanga yayo noma ngalokho ekubona kwenzeka ezweni. Imbonga kungenzeka income okuthile ekubona kwenzeka ezweni.
  • 3. OLUNYWE ULWAZI NGENKONDLO  Inkondlo umbhalo ohlukile kulowo oyiphrozi ngoba ubhalwa ngezigaba.  Ulimi lwenkondlo lujulile.  Ulimi lwenkondlo aluqondisi.  Ulimi lwenkondlo lunothe ngezimo zokukhuluma.  Inkondlo ihlelwa ngezigaba Kanye nemigqa.
  • 4. IZINHLOBO ZEZINKONDLO  Ilirikhi.  Inkondlo elandayo.  I-eleji.  Isonethi.  Isathaya.
  • 5. INDIKIMBA YENKONDLO  Lokhu kusho umqondo jikelele wenkondlo otholakala ngokuba uyifundisise yonke inkondlo bese usala nombuzo othi ngabe ikhuluma ngani le nkondlo ngegama elilodwa noma ngebinzana nje lamagama elifishane.  Impendulo yalowo mbuzo yalowo mbuzo iyona indikimba yenkondlo,isibonelo :Imfundo, ingculazi,ukufa, ubugebengu njalonjalo.  Isibonelo senkondlo senkondlo ethi :KWAKUNGELULA.  Kule nkondlo kukhulunywa ngendikimba ingculazi.
  • 6. UMLAYEZO WENKONDLO  Lokhu kusho inhloso yembongi ngokubhala inkondlo yayo.  Nayo itholakala ngokuba uyifundisise yonke inkondlo bese uzibuza umbuzo othi:Yini ngomusho owodwa ophelele imbongi ehlose noma eyayihlose ukuyidlulisa emphakathini ngale nkondlo.  Isibonelo senkondlo senkondlo ethi :KWAKUNGELULA  Imbongi ihlose ukusimisa isibindi ngokuthi akusikho ukuphela komhlaba uma unegciwane lesandulela ngculaza.Ungaphinda usho ukthi ungaphila nje impilo enhle uma ekutholile ukwelulekwa, khona kuqali kwakwethusa kodwa ngokwelulekwa odokotela ugcine usumukele isimo.
  • 7. ISAKHIWO SENKONDLO  Inkondlo inezakhiwo ezimbili:  Isakhiwo sangaphandle kanye nesangaphakathi.
  • 8. ISAKHIWO SANGAPHANDLE SENKONDLO  Uma sikhuluma ngengaphandle le nkondlo sisuke sinqondise kulezo zimpawu ezigqamile zenkondlo, ezibonakalayo zicace bha ngaphandle kokuba uze uyifunde inkondlo.  Ingaphandle lenkondlo liqukethe : izitanza,imigqa,imvumelwano Kanye nesigqi.
  • 9. NAZI IZIMPAWU EZIGQAMILE ZENKONDLO  Izindimana/izitanza : Lapha sibheka inani lezindima Kanye nemigqa eyakha indima ngayinye.  Sibheka ubude nobufushane bezitanza.  Uma uchaza le ngxenye yenkondlo kubalulekile ukuthi ubheke isitanza ngasinye.  Isibonelo senkondlo esihloko esithi : KWAKUNGELULA.  Le nkondlo inezitanza ezinde.Isitanza sokuqala sinemigqa