SlideShare una empresa de Scribd logo
1 de 22
Izinkondlo ZikaBW Vilakazi
UMLANDO OMFISHANE KAVILAKAZI
1
BW Vilakazi
2
Umlando ngokuzalwa kwakhe
• UBenedict Wallet Vilakazi wabona ilanga mhla
ziyi-6 kuMasingana ngo-1906 endaweni
yaseGroutville
• Wathola igama lokumteketisa likaBhambatha
kaMakhwatha ngoba ezalwe ngonyaka wempi
kaKhandampondo ka-1906 eyayiholwa yinkosi
uBhambatha KaMancinza wakwaZondi
3
Umlando
• Wafundela ubuthishela eMarianhill waphinde
wafundisa khona. Wabe esedlula efundisa
eXobho kanye nasOhlange.
• Waphothula iziqu zakhe ze-BA ne-Unisa ngo-
1934.
• Ngo-1936 waqashwa ukuba afundise isiZulu
eYunivesithi yaseWits. Ngawo lo nyaka
wakwazi ukwenza iziqu ze-BA Hons.
4
Umlando
• Ngo-1937 wathola iziqu ze-MA ngocwaningo lwakhe
oluthi: The conception and development of poetry in
Zulu.
• Ayibanga mihle iminyaka yawo-1940 empilweni
kaVilakazi: kwashona umfowabo ngo-1940, kwashona
umkakhe uFanny, uMaNxaba ngo-1942.
• Nokho wayibamba ngoba ngo-1946 wathola iziqu
zobudokotela ngocwaningo olusihloko sithi: The oral
and written literature in Nguni
• UVilakazi washona ngo-1947 eneminyaka enga-40
5
Imisebenzi Yakhe
• UVilakazi wayengumuntu okhuthele. Ube
ngumuntu wokuqala omnyama ukuthola iqhuzu
zobudokotela. Ube ngowokuqala futhi ukufundisa
eYunivesithi yaseWitwatersrand neyayaziwa
njengeyunivesithi yabamhlophe.
• Iqoqo lokuqala lezinkondlo zesiZulu liphuma
osibeni lukaVilakazi: Inkondlo KaZulu
nelashicilelwa ngo-1935.
• Inoveli yakhe ethi Noma Nini yashicilelwa ngo-
1935
6
Imisebenzi yakhe
• Washicilela inoveli lakhe lesibili elithi
UDingiswayo KaJobe ngo-1939, kanti elesithathu
elithi Nje Nempela laphuma ngo-1943. Iqoqo
lakhe lesibili lezinkondlo elithi Amal’ ezulu
lalandela ngo-1945.
• Omunye umsebenzi obalulekile esiZulwini
yisichazamazwi esithi Zulu-English Dictionary
awubhala ngokubambisana noClement Doke
nowashicilelwa ngo-1948 engasekho emhlabeni.
7
Imisebenzi Yakhe
• Ziningi izimbongi ezithathela kuVilakazi uma
zihaya. Ziningi futhi ezihaya ngale ngwazi,
ngisho nanamuhla.
• Ezinye zezinkondlo zakhe njengalezi ezithi:
“Ma ngificwa ukufa” kanye nethi
“Kwadedangendlale” zaguqulwa nguSolwazi
uMzilikazi Khumalo zaba yizingoma
zamakwaya ezaduma kakhulu.
8
Imisebenzi Yakhe
• AYEBHALA NGAKHO:
• Kukhona izinkondlo zakhe ezikhuluma
ngomlando:
• “UShaka kaSenzangakhona” (Inkondlo KaZulu)
• “Phezu kwethuna likaShaka” (Inkondlo KaZulu)
• “NgoMbuyazi eNdondakusuka” (Amal’ ezulu)
• “Inkelenkele yakwaXhosa” (Inkondlo KaZulu)
9
Imvelo
• Kukhona nezinkondlo ezikhuluma
ngemvelo:
• “Impophoma yeVictoria” (Inkondlo
KaZulu)
• “KwaDedangendlale” (Amal’ ezulu)
• “Inqomfi” (Inkondlo KaZulu)
• “Cula ngizwe” (Inkondlo KaZulu)
10
Ugqozi
• Ubuye abhale ngezinto ezingabonakali ezifana
nogqozi:
• “Ugqozi” (Amal’ ezulu)
• “Ithongo lokwazi” (Inkondlo KaZulu)
• “Umthandazo wembongi” (Amal’ ezulu)
11
Ukufa
• Ezinye zezinkondlo zakhe zikhuluma ngokufa:
• “Ukufa” (Inkondlo KaZulu)
• “Sengiyokholwa-ke” (Inkondlo KaZulu)
• “Sengiyakholwa” (Amal’ ezulu)
• “Nayaphi?” (Amal’ ezulu)
• “Ma ngificwa ukufa” (Inkondlo KaZulu)
12
Amagugu
• Ezinye zilila ngokulahlekelwa kwabantu
abamnyama amagugu nomcebo wabo:
• “Wo, leli Khehla” (Amal’ ezulu)
• “Ukhamba lukaSonkomose” (Inkondlo KaZulu)
• “Izinsimbi zesonto” (Amal’ ezulu)
13
Ubandlululo
• Izinkondlo ezikhononda ngokubandlululwa
komuntu omnyama ngabamhlophe:
• “Wo ngitshele mntanomLungu” (Amal’ ezulu)
• “Inyanga” (Amal’ ezulu)
• “Ngoba … sewuthi” (Amal’ ezulu)
• “Ezinkomponi” (Amal’ ezulu)
• “Wena-ke uyothini?” (Inkondlo KaZulu)
14
Isiphetho
• Eqoqweni lakhe Inkondlo KaZulu
wazama ukusebenzisa
imvumelwano kwase kuthi
kwelesibili elithi Amal’ ezulu
wayehla le nqola.
15
IZINKONDLO OKUMELE UZIFUNDE:
Inkondlo KaZulu:
• Ngephasika
• Inkelenkele YakwaXhosa
• Ukhamba LukaSonkomose
• We Moya
• Ma ngificwa ukufa
• UShaka KaSenzangakhona
• Aggrey we-Afrika
• Wena-ke uyothini?
• Impophoma YeVictoria
16
IZINKONDLO OKUMELE UZIFUNDE
Amal’ ezulu
• Ugqozi
• Imfundo ephakeme
• Wo, ngitshele mntanomLungu!
• Nyanga
• Ngoba … sewuthi
• Ezinkomponi
17
Ukhamba LukaSonkomose
Ukhamba LukaSonkomose
Babomkhulu! Angikwazi
Kodwa ngikhuluma nawe,
Ngingenakubona wena
Kodwa ngibon’ amabhena,
Athe kim’ azalwa nguwe,
Anginika lokhu kwazi.
18
Phambi kwami nant’ ukhamba,
Bath’ ukhamb’ olwaludlela
Wena mfo waseMzwangedwa,
Owashiy’ uhamba wedwa
Wakhohlwa nokukhumbula
Okuphethwe lolu khamba.
19
Impophoma yeVictoria
Gobhoza kuze kubenini manzi
Agubha ngempophoma nokwesaba,
Nobuhle! Yebo, ungaphazanyiswa
Gobhoza nokujul’ okungaziwa!
UNkulunkul’ ogcobe isimongo
Sekhanda lakho ngomudwa wothingo
Lwenkosikazi, nenkung’ engapheli
Egubezele izinyawo zakho.
20
IMPOPHOMA YEVICTORIA
21
22

Más contenido relacionado

La actualidad más candente

La actualidad más candente (20)

Ukuhluzwa kwezinkondlo
Ukuhluzwa kwezinkondloUkuhluzwa kwezinkondlo
Ukuhluzwa kwezinkondlo
 
Izinkondlo
IzinkondloIzinkondlo
Izinkondlo
 
Ubuciko bomlomo slides
Ubuciko bomlomo slidesUbuciko bomlomo slides
Ubuciko bomlomo slides
 
Inkondlo
InkondloInkondlo
Inkondlo
 
Izinkondlo1(2)
Izinkondlo1(2)Izinkondlo1(2)
Izinkondlo1(2)
 
Izinkondlo (Isakhiwo)
Izinkondlo (Isakhiwo)Izinkondlo (Isakhiwo)
Izinkondlo (Isakhiwo)
 
Izinkondlo1(1)
Izinkondlo1(1)Izinkondlo1(1)
Izinkondlo1(1)
 
NDEBELE POEMS - Inkondlo zikasibeko
NDEBELE POEMS - Inkondlo zikasibekoNDEBELE POEMS - Inkondlo zikasibeko
NDEBELE POEMS - Inkondlo zikasibeko
 
Izibongo zamakhosi
Izibongo zamakhosiIzibongo zamakhosi
Izibongo zamakhosi
 
Imbongi zika zulu
Imbongi zika zuluImbongi zika zulu
Imbongi zika zulu
 
Ukufingqa
UkufingqaUkufingqa
Ukufingqa
 
UBUCIKO BOMLOMO
UBUCIKO BOMLOMOUBUCIKO BOMLOMO
UBUCIKO BOMLOMO
 
Umlando wemibhalo yesi zulu
Umlando wemibhalo yesi zuluUmlando wemibhalo yesi zulu
Umlando wemibhalo yesi zulu
 
Umlandowemibhaloyesizulu 161129134753
Umlandowemibhaloyesizulu 161129134753Umlandowemibhaloyesizulu 161129134753
Umlandowemibhaloyesizulu 161129134753
 
Sicikoza ngosiba
Sicikoza ngosibaSicikoza ngosiba
Sicikoza ngosiba
 
Ubuciko bomlomo
Ubuciko bomlomoUbuciko bomlomo
Ubuciko bomlomo
 
Isakhiwo somdlalo
Isakhiwo somdlaloIsakhiwo somdlalo
Isakhiwo somdlalo
 
iSIZULU
iSIZULUiSIZULU
iSIZULU
 
Ukuhluza inkondlo
Ukuhluza inkondloUkuhluza inkondlo
Ukuhluza inkondlo
 
Udweshu ( conflict) Bengihi lizokuna Novel
Udweshu ( conflict) Bengihi lizokuna NovelUdweshu ( conflict) Bengihi lizokuna Novel
Udweshu ( conflict) Bengihi lizokuna Novel
 

Destacado

NAC Newsletter - 5th Issue - 110214 (1)
NAC Newsletter - 5th Issue - 110214 (1)NAC Newsletter - 5th Issue - 110214 (1)
NAC Newsletter - 5th Issue - 110214 (1)
PASCAR DUBE
 
FET Phase IsiZulu Language Caps Doc.
FET Phase IsiZulu Language Caps Doc.FET Phase IsiZulu Language Caps Doc.
FET Phase IsiZulu Language Caps Doc.
Celumusa Nkabinde
 
The Nontraditional Student
The Nontraditional StudentThe Nontraditional Student
The Nontraditional Student
Kristen Hunter
 
Sexual affiliation as a model to study the neural networks involved in motiva...
Sexual affiliation as a model to study the neural networks involved in motiva...Sexual affiliation as a model to study the neural networks involved in motiva...
Sexual affiliation as a model to study the neural networks involved in motiva...
harold75013
 

Destacado (17)

Ukuvezwa kwabalingiswa
Ukuvezwa kwabalingiswaUkuvezwa kwabalingiswa
Ukuvezwa kwabalingiswa
 
Ulimi lwesizulu ulimi lwasekhaya
Ulimi lwesizulu ulimi lwasekhayaUlimi lwesizulu ulimi lwasekhaya
Ulimi lwesizulu ulimi lwasekhaya
 
NAC Newsletter - 5th Issue - 110214 (1)
NAC Newsletter - 5th Issue - 110214 (1)NAC Newsletter - 5th Issue - 110214 (1)
NAC Newsletter - 5th Issue - 110214 (1)
 
No.134 Uthando Olungummangaliso
No.134 Uthando OlungummangalisoNo.134 Uthando Olungummangaliso
No.134 Uthando Olungummangaliso
 
No.56
No.56No.56
No.56
 
Presentación Jenkins
Presentación JenkinsPresentación Jenkins
Presentación Jenkins
 
FET Phase IsiZulu Language Caps Doc.
FET Phase IsiZulu Language Caps Doc.FET Phase IsiZulu Language Caps Doc.
FET Phase IsiZulu Language Caps Doc.
 
Imikhakha
ImikhakhaImikhakha
Imikhakha
 
omcrosby_resume
omcrosby_resumeomcrosby_resume
omcrosby_resume
 
Pseudolocalization
PseudolocalizationPseudolocalization
Pseudolocalization
 
Manasa_CV
Manasa_CVManasa_CV
Manasa_CV
 
The Nontraditional Student
The Nontraditional StudentThe Nontraditional Student
The Nontraditional Student
 
18
1818
18
 
Sexual affiliation as a model to study the neural networks involved in motiva...
Sexual affiliation as a model to study the neural networks involved in motiva...Sexual affiliation as a model to study the neural networks involved in motiva...
Sexual affiliation as a model to study the neural networks involved in motiva...
 
Microcirculation
MicrocirculationMicrocirculation
Microcirculation
 
Curriculum Vitae
Curriculum VitaeCurriculum Vitae
Curriculum Vitae
 
Introduction to xamarin
Introduction to xamarinIntroduction to xamarin
Introduction to xamarin
 

Similar a Izinkondlo zika bw vilakazi(1)

Similar a Izinkondlo zika bw vilakazi(1) (11)

Izinkondlo zika bw vilakazi
Izinkondlo zika bw vilakaziIzinkondlo zika bw vilakazi
Izinkondlo zika bw vilakazi
 
Izinkondlo zika bw vilakazi
Izinkondlo zika bw vilakaziIzinkondlo zika bw vilakazi
Izinkondlo zika bw vilakazi
 
Umlando omfishane nemisebenzi ka nyembezi
Umlando omfishane nemisebenzi ka nyembeziUmlando omfishane nemisebenzi ka nyembezi
Umlando omfishane nemisebenzi ka nyembezi
 
Dr.living
Dr.livingDr.living
Dr.living
 
The study of history (language arts)
The study of history (language arts)The study of history (language arts)
The study of history (language arts)
 
Romanya
RomanyaRomanya
Romanya
 
Elizabeth Joscelin
Elizabeth JoscelinElizabeth Joscelin
Elizabeth Joscelin
 
21stcenturyliteratureintroduction_module1lesson1.pptx
21stcenturyliteratureintroduction_module1lesson1.pptx21stcenturyliteratureintroduction_module1lesson1.pptx
21stcenturyliteratureintroduction_module1lesson1.pptx
 
The 100 Greatest Nigerians we never knew Pt 1
The 100 Greatest Nigerians we never knew Pt 1The 100 Greatest Nigerians we never knew Pt 1
The 100 Greatest Nigerians we never knew Pt 1
 
Identify unit 6 part 2
Identify unit 6 part 2Identify unit 6 part 2
Identify unit 6 part 2
 
Getting Started in Jewish Genealogy
Getting Started in Jewish GenealogyGetting Started in Jewish Genealogy
Getting Started in Jewish Genealogy
 

Último

Call Girl In Chandigarh ☎ 08868886958✅ Just Genuine Call Call Girls Chandigar...
Call Girl In Chandigarh ☎ 08868886958✅ Just Genuine Call Call Girls Chandigar...Call Girl In Chandigarh ☎ 08868886958✅ Just Genuine Call Call Girls Chandigar...
Call Girl In Chandigarh ☎ 08868886958✅ Just Genuine Call Call Girls Chandigar...
Sheetaleventcompany
 
Van Gogh Powerpoint for art lesson today
Van Gogh Powerpoint for art lesson todayVan Gogh Powerpoint for art lesson today
Van Gogh Powerpoint for art lesson today
lucygibson17
 
Engineering Major for College_ Environmental Health Engineering by Slidesgo.pptx
Engineering Major for College_ Environmental Health Engineering by Slidesgo.pptxEngineering Major for College_ Environmental Health Engineering by Slidesgo.pptx
Engineering Major for College_ Environmental Health Engineering by Slidesgo.pptx
DanielRemache4
 
Azad Nagar Call Girls ,☎️ ((#9711106444)), 💘 Full enjoy Low rate girl💘 Genuin...
Azad Nagar Call Girls ,☎️ ((#9711106444)), 💘 Full enjoy Low rate girl💘 Genuin...Azad Nagar Call Girls ,☎️ ((#9711106444)), 💘 Full enjoy Low rate girl💘 Genuin...
Azad Nagar Call Girls ,☎️ ((#9711106444)), 💘 Full enjoy Low rate girl💘 Genuin...
delhimunirka15
 
ppt seni budaya kelas xi, menganalisis konsep,unsur,prinsip dan teknik
ppt seni budaya kelas xi, menganalisis konsep,unsur,prinsip dan teknikppt seni budaya kelas xi, menganalisis konsep,unsur,prinsip dan teknik
ppt seni budaya kelas xi, menganalisis konsep,unsur,prinsip dan teknik
Agustinus791932
 
architect Hassan Khalil portfolio Year 2024
architect Hassan Khalil portfolio  Year 2024architect Hassan Khalil portfolio  Year 2024
architect Hassan Khalil portfolio Year 2024
hassan khalil
 
Mussafah Call Girls +971525373611 Call Girls in Mussafah Abu Dhabi
Mussafah Call Girls +971525373611 Call Girls in Mussafah Abu DhabiMussafah Call Girls +971525373611 Call Girls in Mussafah Abu Dhabi
Mussafah Call Girls +971525373611 Call Girls in Mussafah Abu Dhabi
romeke1848
 
Russian Call Girls Lucknow Just Call 👉👉 📞 8617370543 Top Class Call Girl Serv...
Russian Call Girls Lucknow Just Call 👉👉 📞 8617370543 Top Class Call Girl Serv...Russian Call Girls Lucknow Just Call 👉👉 📞 8617370543 Top Class Call Girl Serv...
Russian Call Girls Lucknow Just Call 👉👉 📞 8617370543 Top Class Call Girl Serv...
Nitya salvi
 
如何办理澳洲迪肯大学毕业证(Deakin毕业证书)毕业证成绩单原版一比一
如何办理澳洲迪肯大学毕业证(Deakin毕业证书)毕业证成绩单原版一比一如何办理澳洲迪肯大学毕业证(Deakin毕业证书)毕业证成绩单原版一比一
如何办理澳洲迪肯大学毕业证(Deakin毕业证书)毕业证成绩单原版一比一
avy6anjnd
 
一比一原版(UEA毕业证书)东英吉利亚大学毕业证如何办理
一比一原版(UEA毕业证书)东英吉利亚大学毕业证如何办理一比一原版(UEA毕业证书)东英吉利亚大学毕业证如何办理
一比一原版(UEA毕业证书)东英吉利亚大学毕业证如何办理
ss
 
Nehru Nagar, Call Girls ☎️ ((#9711106444)), 💘 Full enjoy Low rate girl💘 Genui...
Nehru Nagar, Call Girls ☎️ ((#9711106444)), 💘 Full enjoy Low rate girl💘 Genui...Nehru Nagar, Call Girls ☎️ ((#9711106444)), 💘 Full enjoy Low rate girl💘 Genui...
Nehru Nagar, Call Girls ☎️ ((#9711106444)), 💘 Full enjoy Low rate girl💘 Genui...
delhimunirka15
 
如何办理(Flinders毕业证)弗林德斯大学毕业证毕业证成绩单原版一比一
如何办理(Flinders毕业证)弗林德斯大学毕业证毕业证成绩单原版一比一如何办理(Flinders毕业证)弗林德斯大学毕业证毕业证成绩单原版一比一
如何办理(Flinders毕业证)弗林德斯大学毕业证毕业证成绩单原版一比一
8jg9cqy
 
一比一原版(UofG学位证书)圭尔夫大学毕业证学历认证快速办理
一比一原版(UofG学位证书)圭尔夫大学毕业证学历认证快速办理一比一原版(UofG学位证书)圭尔夫大学毕业证学历认证快速办理
一比一原版(UofG学位证书)圭尔夫大学毕业证学历认证快速办理
txkonu
 

Último (20)

SB_ Pretzel and the puppies_ Rough_ RiverPhan (2024)
SB_ Pretzel and the puppies_ Rough_ RiverPhan (2024)SB_ Pretzel and the puppies_ Rough_ RiverPhan (2024)
SB_ Pretzel and the puppies_ Rough_ RiverPhan (2024)
 
Call Girl In Chandigarh ☎ 08868886958✅ Just Genuine Call Call Girls Chandigar...
Call Girl In Chandigarh ☎ 08868886958✅ Just Genuine Call Call Girls Chandigar...Call Girl In Chandigarh ☎ 08868886958✅ Just Genuine Call Call Girls Chandigar...
Call Girl In Chandigarh ☎ 08868886958✅ Just Genuine Call Call Girls Chandigar...
 
Van Gogh Powerpoint for art lesson today
Van Gogh Powerpoint for art lesson todayVan Gogh Powerpoint for art lesson today
Van Gogh Powerpoint for art lesson today
 
Call Girls Aligarh Just Call 8617370543 Top Class Call Girl Service Available
Call Girls Aligarh Just Call 8617370543 Top Class Call Girl Service AvailableCall Girls Aligarh Just Call 8617370543 Top Class Call Girl Service Available
Call Girls Aligarh Just Call 8617370543 Top Class Call Girl Service Available
 
Jaro je tady - Spring is here (Judith) 3
Jaro je tady - Spring is here (Judith) 3Jaro je tady - Spring is here (Judith) 3
Jaro je tady - Spring is here (Judith) 3
 
Engineering Major for College_ Environmental Health Engineering by Slidesgo.pptx
Engineering Major for College_ Environmental Health Engineering by Slidesgo.pptxEngineering Major for College_ Environmental Health Engineering by Slidesgo.pptx
Engineering Major for College_ Environmental Health Engineering by Slidesgo.pptx
 
Azad Nagar Call Girls ,☎️ ((#9711106444)), 💘 Full enjoy Low rate girl💘 Genuin...
Azad Nagar Call Girls ,☎️ ((#9711106444)), 💘 Full enjoy Low rate girl💘 Genuin...Azad Nagar Call Girls ,☎️ ((#9711106444)), 💘 Full enjoy Low rate girl💘 Genuin...
Azad Nagar Call Girls ,☎️ ((#9711106444)), 💘 Full enjoy Low rate girl💘 Genuin...
 
Jaro je tady - Spring is here (Judith) 2
Jaro je tady - Spring is here (Judith) 2Jaro je tady - Spring is here (Judith) 2
Jaro je tady - Spring is here (Judith) 2
 
sources of Hindu law kdaenflkjwwfererger
sources of Hindu law kdaenflkjwwferergersources of Hindu law kdaenflkjwwfererger
sources of Hindu law kdaenflkjwwfererger
 
Headshots and Personal Branding by Julie King Photography
Headshots and Personal Branding by Julie King PhotographyHeadshots and Personal Branding by Julie King Photography
Headshots and Personal Branding by Julie King Photography
 
ppt seni budaya kelas xi, menganalisis konsep,unsur,prinsip dan teknik
ppt seni budaya kelas xi, menganalisis konsep,unsur,prinsip dan teknikppt seni budaya kelas xi, menganalisis konsep,unsur,prinsip dan teknik
ppt seni budaya kelas xi, menganalisis konsep,unsur,prinsip dan teknik
 
Azamgarh Call Girls WhatsApp Chat: 📞 8617370543 (24x7 ) Service Available Nea...
Azamgarh Call Girls WhatsApp Chat: 📞 8617370543 (24x7 ) Service Available Nea...Azamgarh Call Girls WhatsApp Chat: 📞 8617370543 (24x7 ) Service Available Nea...
Azamgarh Call Girls WhatsApp Chat: 📞 8617370543 (24x7 ) Service Available Nea...
 
architect Hassan Khalil portfolio Year 2024
architect Hassan Khalil portfolio  Year 2024architect Hassan Khalil portfolio  Year 2024
architect Hassan Khalil portfolio Year 2024
 
Mussafah Call Girls +971525373611 Call Girls in Mussafah Abu Dhabi
Mussafah Call Girls +971525373611 Call Girls in Mussafah Abu DhabiMussafah Call Girls +971525373611 Call Girls in Mussafah Abu Dhabi
Mussafah Call Girls +971525373611 Call Girls in Mussafah Abu Dhabi
 
Russian Call Girls Lucknow Just Call 👉👉 📞 8617370543 Top Class Call Girl Serv...
Russian Call Girls Lucknow Just Call 👉👉 📞 8617370543 Top Class Call Girl Serv...Russian Call Girls Lucknow Just Call 👉👉 📞 8617370543 Top Class Call Girl Serv...
Russian Call Girls Lucknow Just Call 👉👉 📞 8617370543 Top Class Call Girl Serv...
 
如何办理澳洲迪肯大学毕业证(Deakin毕业证书)毕业证成绩单原版一比一
如何办理澳洲迪肯大学毕业证(Deakin毕业证书)毕业证成绩单原版一比一如何办理澳洲迪肯大学毕业证(Deakin毕业证书)毕业证成绩单原版一比一
如何办理澳洲迪肯大学毕业证(Deakin毕业证书)毕业证成绩单原版一比一
 
一比一原版(UEA毕业证书)东英吉利亚大学毕业证如何办理
一比一原版(UEA毕业证书)东英吉利亚大学毕业证如何办理一比一原版(UEA毕业证书)东英吉利亚大学毕业证如何办理
一比一原版(UEA毕业证书)东英吉利亚大学毕业证如何办理
 
Nehru Nagar, Call Girls ☎️ ((#9711106444)), 💘 Full enjoy Low rate girl💘 Genui...
Nehru Nagar, Call Girls ☎️ ((#9711106444)), 💘 Full enjoy Low rate girl💘 Genui...Nehru Nagar, Call Girls ☎️ ((#9711106444)), 💘 Full enjoy Low rate girl💘 Genui...
Nehru Nagar, Call Girls ☎️ ((#9711106444)), 💘 Full enjoy Low rate girl💘 Genui...
 
如何办理(Flinders毕业证)弗林德斯大学毕业证毕业证成绩单原版一比一
如何办理(Flinders毕业证)弗林德斯大学毕业证毕业证成绩单原版一比一如何办理(Flinders毕业证)弗林德斯大学毕业证毕业证成绩单原版一比一
如何办理(Flinders毕业证)弗林德斯大学毕业证毕业证成绩单原版一比一
 
一比一原版(UofG学位证书)圭尔夫大学毕业证学历认证快速办理
一比一原版(UofG学位证书)圭尔夫大学毕业证学历认证快速办理一比一原版(UofG学位证书)圭尔夫大学毕业证学历认证快速办理
一比一原版(UofG学位证书)圭尔夫大学毕业证学历认证快速办理
 

Izinkondlo zika bw vilakazi(1)

  • 1. Izinkondlo ZikaBW Vilakazi UMLANDO OMFISHANE KAVILAKAZI 1
  • 3. Umlando ngokuzalwa kwakhe • UBenedict Wallet Vilakazi wabona ilanga mhla ziyi-6 kuMasingana ngo-1906 endaweni yaseGroutville • Wathola igama lokumteketisa likaBhambatha kaMakhwatha ngoba ezalwe ngonyaka wempi kaKhandampondo ka-1906 eyayiholwa yinkosi uBhambatha KaMancinza wakwaZondi 3
  • 4. Umlando • Wafundela ubuthishela eMarianhill waphinde wafundisa khona. Wabe esedlula efundisa eXobho kanye nasOhlange. • Waphothula iziqu zakhe ze-BA ne-Unisa ngo- 1934. • Ngo-1936 waqashwa ukuba afundise isiZulu eYunivesithi yaseWits. Ngawo lo nyaka wakwazi ukwenza iziqu ze-BA Hons. 4
  • 5. Umlando • Ngo-1937 wathola iziqu ze-MA ngocwaningo lwakhe oluthi: The conception and development of poetry in Zulu. • Ayibanga mihle iminyaka yawo-1940 empilweni kaVilakazi: kwashona umfowabo ngo-1940, kwashona umkakhe uFanny, uMaNxaba ngo-1942. • Nokho wayibamba ngoba ngo-1946 wathola iziqu zobudokotela ngocwaningo olusihloko sithi: The oral and written literature in Nguni • UVilakazi washona ngo-1947 eneminyaka enga-40 5
  • 6. Imisebenzi Yakhe • UVilakazi wayengumuntu okhuthele. Ube ngumuntu wokuqala omnyama ukuthola iqhuzu zobudokotela. Ube ngowokuqala futhi ukufundisa eYunivesithi yaseWitwatersrand neyayaziwa njengeyunivesithi yabamhlophe. • Iqoqo lokuqala lezinkondlo zesiZulu liphuma osibeni lukaVilakazi: Inkondlo KaZulu nelashicilelwa ngo-1935. • Inoveli yakhe ethi Noma Nini yashicilelwa ngo- 1935 6
  • 7. Imisebenzi yakhe • Washicilela inoveli lakhe lesibili elithi UDingiswayo KaJobe ngo-1939, kanti elesithathu elithi Nje Nempela laphuma ngo-1943. Iqoqo lakhe lesibili lezinkondlo elithi Amal’ ezulu lalandela ngo-1945. • Omunye umsebenzi obalulekile esiZulwini yisichazamazwi esithi Zulu-English Dictionary awubhala ngokubambisana noClement Doke nowashicilelwa ngo-1948 engasekho emhlabeni. 7
  • 8. Imisebenzi Yakhe • Ziningi izimbongi ezithathela kuVilakazi uma zihaya. Ziningi futhi ezihaya ngale ngwazi, ngisho nanamuhla. • Ezinye zezinkondlo zakhe njengalezi ezithi: “Ma ngificwa ukufa” kanye nethi “Kwadedangendlale” zaguqulwa nguSolwazi uMzilikazi Khumalo zaba yizingoma zamakwaya ezaduma kakhulu. 8
  • 9. Imisebenzi Yakhe • AYEBHALA NGAKHO: • Kukhona izinkondlo zakhe ezikhuluma ngomlando: • “UShaka kaSenzangakhona” (Inkondlo KaZulu) • “Phezu kwethuna likaShaka” (Inkondlo KaZulu) • “NgoMbuyazi eNdondakusuka” (Amal’ ezulu) • “Inkelenkele yakwaXhosa” (Inkondlo KaZulu) 9
  • 10. Imvelo • Kukhona nezinkondlo ezikhuluma ngemvelo: • “Impophoma yeVictoria” (Inkondlo KaZulu) • “KwaDedangendlale” (Amal’ ezulu) • “Inqomfi” (Inkondlo KaZulu) • “Cula ngizwe” (Inkondlo KaZulu) 10
  • 11. Ugqozi • Ubuye abhale ngezinto ezingabonakali ezifana nogqozi: • “Ugqozi” (Amal’ ezulu) • “Ithongo lokwazi” (Inkondlo KaZulu) • “Umthandazo wembongi” (Amal’ ezulu) 11
  • 12. Ukufa • Ezinye zezinkondlo zakhe zikhuluma ngokufa: • “Ukufa” (Inkondlo KaZulu) • “Sengiyokholwa-ke” (Inkondlo KaZulu) • “Sengiyakholwa” (Amal’ ezulu) • “Nayaphi?” (Amal’ ezulu) • “Ma ngificwa ukufa” (Inkondlo KaZulu) 12
  • 13. Amagugu • Ezinye zilila ngokulahlekelwa kwabantu abamnyama amagugu nomcebo wabo: • “Wo, leli Khehla” (Amal’ ezulu) • “Ukhamba lukaSonkomose” (Inkondlo KaZulu) • “Izinsimbi zesonto” (Amal’ ezulu) 13
  • 14. Ubandlululo • Izinkondlo ezikhononda ngokubandlululwa komuntu omnyama ngabamhlophe: • “Wo ngitshele mntanomLungu” (Amal’ ezulu) • “Inyanga” (Amal’ ezulu) • “Ngoba … sewuthi” (Amal’ ezulu) • “Ezinkomponi” (Amal’ ezulu) • “Wena-ke uyothini?” (Inkondlo KaZulu) 14
  • 15. Isiphetho • Eqoqweni lakhe Inkondlo KaZulu wazama ukusebenzisa imvumelwano kwase kuthi kwelesibili elithi Amal’ ezulu wayehla le nqola. 15
  • 16. IZINKONDLO OKUMELE UZIFUNDE: Inkondlo KaZulu: • Ngephasika • Inkelenkele YakwaXhosa • Ukhamba LukaSonkomose • We Moya • Ma ngificwa ukufa • UShaka KaSenzangakhona • Aggrey we-Afrika • Wena-ke uyothini? • Impophoma YeVictoria 16
  • 17. IZINKONDLO OKUMELE UZIFUNDE Amal’ ezulu • Ugqozi • Imfundo ephakeme • Wo, ngitshele mntanomLungu! • Nyanga • Ngoba … sewuthi • Ezinkomponi 17
  • 18. Ukhamba LukaSonkomose Ukhamba LukaSonkomose Babomkhulu! Angikwazi Kodwa ngikhuluma nawe, Ngingenakubona wena Kodwa ngibon’ amabhena, Athe kim’ azalwa nguwe, Anginika lokhu kwazi. 18
  • 19. Phambi kwami nant’ ukhamba, Bath’ ukhamb’ olwaludlela Wena mfo waseMzwangedwa, Owashiy’ uhamba wedwa Wakhohlwa nokukhumbula Okuphethwe lolu khamba. 19
  • 20. Impophoma yeVictoria Gobhoza kuze kubenini manzi Agubha ngempophoma nokwesaba, Nobuhle! Yebo, ungaphazanyiswa Gobhoza nokujul’ okungaziwa! UNkulunkul’ ogcobe isimongo Sekhanda lakho ngomudwa wothingo Lwenkosikazi, nenkung’ engapheli Egubezele izinyawo zakho. 20
  • 22. 22